IMVUSELELO YAMANGUNI (@yolimi_lamasiko) 's Twitter Profile
IMVUSELELO YAMANGUNI

@yolimi_lamasiko

Sizibuyisa emasiswe EzaMaNguni sivuselela ulimi lamasiko abenguni.

ID: 1649820269626761219

calendar_today22-04-2023 17:00:16

15 Tweet

13 Followers

35 Following

IMVUSELELO YAMANGUNI (@yolimi_lamasiko) 's Twitter Profile Photo

Lamhla amalunga ethu uMzaca ozikhomb'amaNguni lo Siphithiphithi, bethekelele ubaba Nyamambi ukuyoncela ulwazi kanye lembali yakithi singaMaNdebele. Ubaba Nyamambi ungomunye wabasunguli be Mvuselelo Yolimi Lamasiko EsiNdebele. Bayidlalile eyabo indima ekulondolozeni ulimi lamasiko

Kuthiwa imvelo Uxoxa nayo mangqamu Wen'owezw' ingxoxo phakathi kuka gogo nomzukulu, Kanti futhi Nemvunulo yakhe kuthiwa iseduze nobungcwele #imvubeloyamagama #itholelabenguni

Kuthiwa imvelo
Uxoxa nayo mangqamu
Wen'owezw'
ingxoxo phakathi 
kuka gogo
nomzukulu,
Kanti futhi
Nemvunulo yakhe
kuthiwa iseduze
nobungcwele 
#imvubeloyamagama 
#itholelabenguni
IMVUSELELO YAMANGUNI (@yolimi_lamasiko) 's Twitter Profile Photo

#isichasiselo #imvuseleloyolimi 1. Ukuthwasa-yikuqeqetshwa komuntu ukuthi abeyinyanga. 1b. Yikuphuma kwenyanga entsha iqala ukubonakala. 2. Inyanga-umuntu owelapha abagulayo ngemithi yesintu 2b. Inyanga-yisibane esisesibhakabhakeni esikhanyisa ebusuku.

#isichasiselo
#imvuseleloyolimi
1. Ukuthwasa-yikuqeqetshwa komuntu ukuthi abeyinyanga.
1b. Yikuphuma kwenyanga entsha iqala ukubonakala.
2. Inyanga-umuntu owelapha abagulayo ngemithi yesintu
2b. Inyanga-yisibane esisesibhakabhakeni esikhanyisa ebusuku.