SICISINI BUTHELEZI eSampofu (@sicisinib) 's Twitter Profile
SICISINI BUTHELEZI eSampofu

@sicisinib

Ngingumfana omuhle ngenhliziyo nginothando, Ngingumlaleli wokhozifm, NgingowaseMsinga eSampofu eMaphephetheni

ID: 2964502624

calendar_today06-01-2015 16:31:34

20,20K Tweet

2,2K Followers

453 Following

SICISINI BUTHELEZI eSampofu (@sicisinib) 's Twitter Profile Photo

Kungenziwa kanjani ukuthi ezindaweni zasemakhaya amaphoyisa abonakale ngiyazi awuyena ungqongqoshe wamaphoyisa kodwa awabonwa kant ubugebengu budlalubi iyaphela imfuyo Tu Mhlaba Izindaba Zomphakathi Ukhozi FM

SICISINI BUTHELEZI eSampofu (@sicisinib) 's Twitter Profile Photo

#SABCNews #Asikhulume Siyadideka futhi sibanokungabaza ekuthatheni lemali ngoba ukukhuluma kuningi okwahlukene manje asisazi okulungile nokungalungile khona iningi lemali yetex into engixakayo mina kant loSARS odonsa njalo yena ukweletwa malini kant SABC News

SICISINI BUTHELEZI eSampofu (@sicisinib) 's Twitter Profile Photo

Asimbongele uSthole ngokuba owokuqala ukunqoba kwiContinent siyamazi thina unethalente elikhulu lobhuti asibonge nje labo abaphinde bamnika ithuba futhi Victor Molefe #PrimeTimeSport

SICISINI BUTHELEZI eSampofu (@sicisinib) 's Twitter Profile Photo

Haw Tu KwaZulu-Natal kusenabantu abanesihluku esinje sokungabi nanembeza ukukwazi ukubulala umuntu wesifazane nezingane ezincane noma ngabe bekubangweni kodwa isihluku esinje asithandeki futhi sikhombisa unya amaphoyisa siwathembile kukhona azokwenza @Tumhlaba1 Izindaba Zomphakathi Ukhozi FM

SICISINI BUTHELEZI eSampofu (@sicisinib) 's Twitter Profile Photo

Kungcono ke uma amaphoyisa esazi ukuthi afuna bani akufani nokuzingela nje into ongayazi ukuthi injani asithembe nokubathola kuzokwenzeka maduze,wona amaphoyisa ezindaweni zasemakhaya njengakoMsinga awabonwa qobo Dumisani Ndimande

SICISINI BUTHELEZI eSampofu (@sicisinib) 's Twitter Profile Photo

Abakhuzwe nxazonke labantu ngoba nabafundi bayabalinga othisha nangendlela nje ezigqoka ngayo futhi othisha bamanje balingana nazo nabazali bamukela imali ebuya kothisha abanza lemikhuba @Tumhlaba1

SICISINI BUTHELEZI eSampofu (@sicisinib) 's Twitter Profile Photo

#Ziyawushaya Abaphelele abantu laphaya kwaButhelezi eMsinga eSampofu kwanoyazi mhlaka 17 December kwemula uKholiwe Buthelezi ozalwa uDidekile Zama Mseleku

SICISINI BUTHELEZI eSampofu (@sicisinib) 's Twitter Profile Photo

Uma kungaqinisekiswa ngokuthi nathi esisemakhaya siyawathola amanzi ahlanzekile nogesi nemisebenzi ngoba leSONA ivele igxile kakhulu kubantu basemalokishini ikhohlwe yithi emakhaya Izindaba Zomphakathi Ukhozi FM

SICISINI BUTHELEZI eSampofu (@sicisinib) 's Twitter Profile Photo

Yabuhlungu lento eyenzeke kuDadewethu namaphoyisa awabe nendlela engcono yokukhuluma nezisulu kodwa nomantombazane aseSA ayabathanda labantu bokufika kodwa bona abezi nawangakubo la kufuneka baqaphele kakhulu ngoba nokubathola akulula Izindaba Zomphakathi Ukhozi FM @Tumhlaba1

SICISINI BUTHELEZI eSampofu (@sicisinib) 's Twitter Profile Photo

Sisaledengwane singazitholi izinto zokuya emsebenzini namuhlanje amatekisi engekho kodwa lento abakhala ngayo nabo abalungise izimoto zabo ezinye azikho qobo esimweni esigculisayo ukuba sendleleni kodwa ziyasilayisha @Tumhlaba1 Ukhozi FM Official 📻 Izindaba Zomphakathi Ukhozi FM

SICISINI BUTHELEZI eSampofu (@sicisinib) 's Twitter Profile Photo

Imbi lento yokubulawa kwabantu ematavern kodwa kuwumsebenzi wabanini matavern ukuqinisekisa ukuphepha kwabantu abaphuza etavern yakhe ngokuthi kubhekwe abantu abanhmgenayo ukuthi abaphethe izikhali @Tumhlaba1 Ukhozi FM Official 📻 Izindaba Zomphakathi Ukhozi FM