Umbele_Publication (@umbeleonline) 's Twitter Profile
Umbele_Publication

@umbeleonline

An isiZulu online business publication. Economics, agriculture, labour, personal finance, SMME and Executive profiles.

ID: 1316622359403651072

calendar_today15-10-2020 06:10:36

1,1K Tweet

294 Followers

64 Following

Umbele_Publication (@umbeleonline) 's Twitter Profile Photo

IBHANGE loMbuso lithola imibuzo eminingi ngesinqumo sophiko lwalo olungamele izinkampani ezisebenza ngemali iPrudential Authority (iPA). #UmbelePublication #Ithala umbele.co.za/2025/05/09/ibh…

Umbele_Publication (@umbeleonline) 's Twitter Profile Photo

UMLAWULI wemboni yezimali iFinancial Sector Conduct Authority (iFSCA) uhlawulise i-Ninety One Fund Managers uR3 million ngokuphula isigaba 42(1) no (2) sokuphatha imali. #UmbelePublication umbele.co.za/2025/05/13/i-n…

Umbele_Publication (@umbeleonline) 's Twitter Profile Photo

ELOKISHINI eliphithizelayo laseThekwini lapho impilo yansuku zonke igcwele izinselelo, usomabhizinisi osemncane unebhizinisi lokufutha izinambuzane. #UmbelePublication umbele.co.za/2025/05/12/baq…

Umbele_Publication (@umbeleonline) 's Twitter Profile Photo

KUFANELE uhulumeni udale imisebenzi uma uzimisele ukushintsha impilo yabantu nokukhulisa umnotho. #UmbelePublication umbele.co.za/2025/05/14/uhu…

Umbele_Publication (@umbeleonline) 's Twitter Profile Photo

YIZE ukunyula imali yempesheni kubonakala sengathi kungenise imali kusize abantu baseNingizimu Afrika kodwa ucwaningo olusha luveza ukuthi abaningi basaphila ngesikweletu. #UmbelePublication umbele.co.za/2025/05/14/seb…

Umbele_Publication (@umbeleonline) 's Twitter Profile Photo

I-OPERATION Vulindlela ingazishaya isifuba ngendima esikhathuliwe ukuxazulula inkinga kagesi, ukuphucula ezokuthutha izimpahla, ukuhlinzeka izisebenzi zakwamanye amazwe ezinamakhono izimvume zokusebenza eNingizimu Afrika nokunye okuningi. umbele.co.za/2025/05/14/ama…

Umbele_Publication (@umbeleonline) 's Twitter Profile Photo

ININGIZIMU Afrika namanye amazwe asathuthuka azobhekana nokushoda kwamanesi, ikakhulu anamakhono namava. Loku kungenxa kokungabibikho kwamanesi anele izidingo zezempilo emhlabeni jikelele. #UmbelePublication umbele.co.za/2025/05/14/ini…

Umbele_Publication (@umbeleonline) 's Twitter Profile Photo

Kuleli sonto kuSAZIWAYO NEMALI sikuphathele umlingisi uNtombifuthi Dlamini odume ngokudlala indima ka‘Shlobo’ kuZalo kwiSABC 1. #UmbelePublication umbele.co.za/2025/05/16/kul…

Umbele_Publication (@umbeleonline) 's Twitter Profile Photo

ABANYE bosomabhizinisi baKwaZulu-Natali banethemba lokuthi isigaba sesibili se-Operation Vulindela, esethulwe ngesonto elidlule, sizothela izithelo ezizoqhubeka nokususa izingqinamba ezenza umnotho ungakhuli. #UmbelePublication umbele.co.za/2025/05/15/ban…

Umbele_Publication (@umbeleonline) 's Twitter Profile Photo

UHAMBE kahle umhlangano obuphethwe yiSouth African Revenue Service (iSars) i-41st Regional Steering Group yeWorld Customs Organization (iWCO) East and Southern Africa ophele ngoLwesihlanu. #UmbelePublication umbele.co.za/2025/05/19/ube…

Umbele_Publication (@umbeleonline) 's Twitter Profile Photo

UKUGUGA kwamateki ensinzwa yaseTaung, eNorth West, eyayiwaphiwe wumalume wayo, ayeyisipho esiyigugu kuyona, kwayenza yawavusa. #UmbelePublication umbele.co.za/2025/05/19/bav…

Umbele_Publication (@umbeleonline) 's Twitter Profile Photo

ISINQUMO senye yezinhlangano ezibuyekeza indlela amazwe aphatha ngayo umnotho iS&P Global sokuphinde iklelise kahle iNingizimu Afrika uma ibheka okulindeleke kuyona siwubufakazi bokuthi yini eyingozi. #UmbelePublication umbele.co.za/2025/05/21/umn…

Umbele_Publication (@umbeleonline) 's Twitter Profile Photo

UHULUMENI usuzogawula yonke indawo ukunciphisa izindleko futhi unyuse nesikweletu ngaphezu kobekuhleliwe ukuzama ukuvala isikhala semali ebizongeniswa wukunyusa intela ebanjwa ezimpahleni i-value-added tax (i-VAT). #BudgetSpeech2025 #UmbelePublication umbele.co.za/2025/05/21/ize…

Umbele_Publication (@umbeleonline) 's Twitter Profile Photo

IBHANGE lomBuso libuyekeza ukuthi kusafanele yini liqhubeke nokufuna ukuthi amandla emali abephakathi kuka-3% no-6%, umgomo osekuyiminyaka bazibekela wona. #UmbelePublication umbele.co.za/2025/05/22/kub…

Umbele_Publication (@umbeleonline) 's Twitter Profile Photo

BUSAZOQHUBEKA ubunzima obubhekene nabantu baseNingizimu Afrika izimpilo zabo ezincike ekusebenzeni kwamazinga kahulumeni yemithathu, okungomasipala, izifundazwe nowezwe. #BudgetSpeech2025 #UmbelePublication umbele.co.za/2025/05/22/isa…

Umbele_Publication (@umbeleonline) 's Twitter Profile Photo

INTOKAZI yasePitoli ukuphanta okuyimpilo yansuku zonke yabona ithuba ebunzimeni bokubhuquza ekhaya ingawutholi umsebenzi. #UmbelePublication umbele.co.za/2025/05/26/wab…

Umbele_Publication (@umbeleonline) 's Twitter Profile Photo

IKHOMISHINI yokuNcintisana isiphakamise ukuthi iCompetition Tribunal iphasise isiphakamiso sokuthi iCanal+ ithenge iMultiChoice kodwa kunemibandela ebekiwe. #UmbelePublication umbele.co.za/2025/05/26/sel…

Umbele_Publication (@umbeleonline) 's Twitter Profile Photo

UMFELANDAWONYE waseNkandla, KwaZulu-Natali, odlondlobalayo kulo mkhakha ukhuthazwe wukubuka kuyise wabasunguli bawo obeziphilisa ngokulima iminyaka. #UmbelePublication umbele.co.za/2025/05/27/uku…

Umbele_Publication (@umbeleonline) 's Twitter Profile Photo

LIKHULU igebe kwezemfundo ephakeme phakathi kwabantu abamnyama nezinye izinhlanga, ikakhuluka amaNdiya nabeLungu. #UmbelePublication umbele.co.za/2025/05/28/aku…

Umbele_Publication (@umbeleonline) 's Twitter Profile Photo

IZINTO zimapeketwana komasipala futhi nemali iyaqhubeka nokungasetshenziswa ngendlela efanele ngoba abantu okufanele bagade imali yemikhandlu, okufaka kubona nabaholi bepolitiki, abawenzi umsebenzi wabo. #UmbelePublication umbele.co.za/2025/05/29/umc…