Syabonga Dstv Zungu
@sya_manzin
ID: 757196928774004736
24-07-2016 12:53:10
1,1K Tweet
3,3K Takipçi
959 Takip Edilen
Mfoka Mbatha nawe maButhelezi ngilaphana eDaveyton ngokuhlala kodwa okwamanje ngise mqwaqeni ngihamba no Hlabasi Mahlaba wase Nquthu eSandlwana ohamba Quantum JJ 76 no King Dellas sihambisa abantu emsebenzini. Ukhozi FM Official 📻 Phumlane S Mbatha Mrozawangempela Mroza Buthelezi
Mfoka Mbatha nawe maButhelezi ngilaphana eDaveyton ngokuhlala kodwa okwamanje ngise mqwaqeni ngihamba no Hlabasi Mahlaba wase Nquthu eSandlwana ohamba Quantum nge JJ 76 no King Dellas sihambisa abantu emsebenzini. Ukhozi FM Official 📻 Phumlane S Mbatha Mrozawangempela Mroza Buthelezi
Bafwethu silahlekelwe siyi Sizwe sama Zulu singasho nje ukuthi sigqemekile siwumhlaba nje wonke eyiii kodwa akaphumule uMntwana waka Phindangene sidle amaningi emgodleni wakhe 🙏 sifisa ukuba amathonga amelamele okaMagogo! Phumlane S Mbatha Mrozawangempela Mroza Buthelezi Ukhozi FM Official 📻
Mfoka Mbatha nawe maButhelezi ngizocela ukuth Happy Birthday kulaba! 1.Mjah Msimango EMame 2.Mshovi Mlotshwa Emame 3.Mbally Mdlalose eMame 4.Ziyajola mfoka Sbisi Vryheid 5.Philani Zungu Vryheid 6.Nkanyiso Seme kwaQhudebe. Ukhozi FM Official 📻 Phumlane S Mbatha Mroza Buthelezi #ukhozifmvabs
Mfoka Mbatha nawe maButhelezi ngizocela ukuthi Happy Birthday kulaba! 1.Mjah Msimango EMame 2.Mshovi Mlotshwa Emame 3.Mbally Mdlalose eMame 4.Ziyajola mfoka Sbisi Vryheid 5.Philani Zungu Vryheid 6.Nkanyiso Seme kwaQhudebe. Ukhozi FM Official 📻 Phumlane S Mbatha Mroza Buthelezi #ukhozifmvabs
Mfoka Mchunu nakuwe Ndlunkulu maMpanza ngihamba icabo emsakwazweni naseyinsizweni eDaveyton oMgonothi Nkuxa Mdlalose, Senzo mfoka Nxumalo laphana block F, Hlabasi Mahlaba eNquthu, ngivale ngo Madoda mfoka Ntombela. Ukhozi FM Official 📻 Bheka Beekay Mchunu Bingelela Bings Mpanza
Mfoka Mbatha nawe maButhelezi angifuni ukungasho ngiphoxekile kakhulu ngesenzo seKaizer Chiefs leyq team ngiyayithanda kakhulu kodwa lokhu iqhubekile nje nokusenzela phansi singabalandeli bayo 💔💔!! Bese ngibuya nenkulu njabulo ngesinzo sama Springbok Ukhozi FM Official 📻 Phumlane S Mbatha
Bhekamachunu uyaphila mfwethu ngilaphana eDaveyton Hostel angibambe icabo eyinsizweni zase Hlangwane eVryheid nezase Mame lena eMahlabathini oMazwi mfoka Ndlovu noMakhandlela Mgozi lena Vryheid ngibonge Bingelela! Ukhozi FM Official 📻 Bingelela Bings Mpanza Bheka Beekay Mchunu #sigiyangengoma
Mfoka Mbatha nawe maButhelezi ngizocela ukuthi Happy Birthday kuSfiso Magenqeza Zungu kwaBhekisigcino lena eMahlabathini esgodini sase Mame! Phumlane S Mbatha Ukhozi FM Official 📻 Mrozawangempela #ukhozifmvabs #vabs
#Sigiyangengoma Bingelela Mpanza nawe Bkay Mchunu bafwethu ngibamba icabo kini Nako Zungu bonke nje eyiii ngibamba icabo nje sikhala syazithulisa singabalaleli boKhozi FM ngokwedlula emhlabeni kuka Irvin Sihlophe umsakazo ngeke usafana engasekho yena! Ukhozi FM Official 📻 Bheka Beekay Mchunu
#Bambelelasyajika MaMkhizi Gubhela ngicela ukuthi Ashilaaaa demed kulaba Hlabasi Mahlaba eNquthu esandlwane no Sphamandla Zungu eMame naku Senzo Nxumalo uGongo laphana eDaveyton ezakithi insizwa! Ukhozi FM Official 📻 Selby mkhize #wnb
MaLwandle lokhu ngihleli nawe nami ngise spanini ngicela ukuvusa laba! Mathulis Nkwanyana Ndlunkulu Navara Zulu Nqobsta Khanyile Busisiwe Ma'Olady Zulu Ngiyabonga imbokodo yonke ngiyazifela ngayo Ashillaaa demed. Zama Mseleku Ukhozi FM Official 📻
Mfoka Ngobe nawe mfoka Mpanza Bingelela ngise Daveyton ngokuhlala ngithi nje Ashillaaa demed 💪💪🙏 Ukhozi FM Official 📻 Ispheshethwa SakwaMandlakazi #sigiyangengoma Bingelela Bings Mpanza
Mfoka Ngobe nawe Bingelela mtaka baba uMpanza ngibamba icabo kini nako Zungu bonke nje ngilibamba ngilaphana eDaveyton Hostel Block A ngithi Ashillaaa demed bese ngithi Kunini manje!!! Ispheshethwa SakwaMandlakazi Ukhozi FM Official 📻 Bingelela Bings Mpanza #sigiyangengoma @MdonsoNgcobo
#Ziyawushaya Umemulo ka PHUMLILE PHILISIWE Kanye no NOMPILO Bazobe bemula mhlaka 6 July 2024 endaweni yase Cornfields Kwa DLAMINI isbongo Danki Zamaa zama Zama Mseleku Ukhozi FM Official 📻 ngithi nje Ashillaaa Demed
Mfoka Ngobe nawe maMpanza ngihleli nan ngilaphana Daveyton Hostel ngihleli nayinsizwa uThayela Kunene, uMakhandlela Kunene, uXhakalaza Msimango 🙏 Ngilibambe icabo kuMntwana Mthandeni SK Gcokama Elisha mfoka Manqele ilaphana eSgodlweni eGoli Ispheshethwa SakwaMandlakazi Bingelela Bings Mpanza Ukhozi FM Official 📻
Happy birthday ku Fikile Zungu eMame! Phumlane S Mbatha Mrozawangempela Ukhozi FM Official 📻
#Sigiyangengoma hhesheni babhemu mfoka Ngobe nawe Bingelela mtaka Thabekhulu 😊😊 ngilaphana eDaveyton ngizocela ukubamba ithambo eyinsizweni zase Mame eMahlabathini nase yinsizweni zase Vryheid eHlangwane isgodi ngivale ngenkunzi yami IGCOKAMA ELISHA! Ukhozi FM Official 📻 Bingelela Bings Mpanza