Phumlani Thabede
@phumlanithabed1
Radio Presenter at ABAQULUSI COMMUNITY RAIDIO STATION
ACR 90.7 FM
Loxion Epic
12:00 to 15:00 Mon to Fri
The Jazz Corner
15:00 to 17:00 Sunday
ID: 1414114937450926082
11-07-2021 06:51:52
4,4K Tweet
1,1K Followers
1,1K Following
#UkhoziFMLasukaLahlala Nolwazi Machi siyibongele I Bafana Bafana noma nje isihlezi isidinga imithandazo nje Ukhozi FM Official 📻 #UkhoziFM65
#UkhoziFMLasukaLahlala ngicela ukufisela I team yase Vryheid ukuthi igijime Kahle kusasa Ukhozi FM Official 📻 Nolwazi Machi
#NciphaBugebengu Dudu Khoza nokuthuma ingane uphuzo oludakayo Kanye nogwayi etolo akukuhle #jabulujule Ukhozi FM Official 📻 #ukhoziFM65 ngila eBhekuzulu New Location Vryheid ward 11
#bambelelasiyajika ngicela ukuthatha uPhefeni ongu que mashela erank yaze eBhekuzulu New Location Kanye noTshithiLengundane sengikhohlw I no plate yakhe Ukhozi FM Official 📻 Ispheshethwa SakwaMandlakazi
#PrimeTimeSport mina ngikhumbula ubumbano olwalikhona kwizinhlanga ezahlukene emzansi Victor Molefe Ukhozi FM Official 📻 ngila e Bhekuzulu New Location Vryheid
#UkhoziFMVABS Ukhozi FM Official 📻 Mrozawangempela Phumlane S Mbatha sengivukile eBhekuzulu New Location ward11 eVryheid
#UbusukuObuhle Nkosinathi Mshengu ngicela ukubuza Ku Dr Mthembu kwenziwa yini ukuthi asheshe ome umuntu emva kwe 4play
Qiniso Mbili lutho Abantu abasha basavalelwe ngaphandle ngoba mawubuka emaphalamende akuleli kunabantu abangafuni ukuyohlala nabazukulu emakhaya #abasikibebunda ngila eVryheid eBhekuzulu New Location Ukhozi FM Official 📻
Dumisani Ndimande kwaze kwanzima ngezingozi emgwaqeni Kanti waphelaphi umthetho wokuthi amaloli akumele ahambe intatha #abadikibebunda ngila eVryheid eBhekuzulu New Location
Dumisani Ndimande Ngokwami asikho isidingo samaqembu amaningi kangaka emzansi I ballot paper isiyinde kakhulu #abasikibebunda
Dumisani Ndimande cha uhulumeni akayisukumele impela leyabokufika ngoba Abanye sebenemizi ngisho amaloxion #abasikibebunda ngila eVryheid eBhekuzulu New Location
#UkhoziFMVABS Phumlane S Mbatha ngicela ukuthi happy birthday 🎉 🎉👊🏾 Ku Nompilo Magqamu Gumbi eNquthu eNondweni Mrozawangempela
#ezisematheni Dumisani Ndimande yabona leyama paruli kumele ibuyekezwe impela Abantu baphuma bahluphe futhi UkhoziCurrentAffairs
#ezisematheni Dumisani Ndimande akuqine umthetho ngeparuli