iAfrika: Amaphupho, Amasiko, Izithakazelo, Umlando (@iafrikaorg) 's Twitter Profile
iAfrika: Amaphupho, Amasiko, Izithakazelo, Umlando

@iafrikaorg

Amaphupho, Amasiko, Izithakazelo, Umlando: iafrika.org

Amasiko, Izithethe, Iziduko, Amaphupha neengcaciso zawo: iafrika.org/xh

ID: 3515842095

linkhttp://www.iafrika.org/?utm_source=Twitter&utm_medium=Referral&utm_campaign=Social calendar_today01-09-2015 20:08:18

1,1K Tweet

786 Followers

60 Following

iAfrika: Amaphupho, Amasiko, Izithakazelo, Umlando (@iafrikaorg) 's Twitter Profile Photo

Lonke iphupho ovuka nalo uma kade ulele lisho okuthile ngempilo yakho. Lingasho osudlulile kukho noma osazobhekana nakho. #wednesdaymotivation #DREAMWEEK #TrendingNow iafrika.org/amaphupho-ngen…

Lonke iphupho ovuka nalo uma kade ulele lisho okuthile ngempilo yakho. Lingasho osudlulile kukho noma osazobhekana nakho.
#wednesdaymotivation 
#DREAMWEEK 
#TrendingNow 

iafrika.org/amaphupho-ngen…
iAfrika: Amaphupho, Amasiko, Izithakazelo, Umlando (@iafrikaorg) 's Twitter Profile Photo

Isiqunga asigcini ngokuthi sisetshenziswa uma ususa amathunzi amnyama ikakhulukazi uma kade kufihlwa umuntu. Isiqunga sibuye sisebenze uma ufuna ukuphalaza. iafrika.org/ukwelapha-umkh…

Isiqunga asigcini ngokuthi sisetshenziswa uma ususa amathunzi amnyama ikakhulukazi uma kade kufihlwa umuntu. Isiqunga sibuye sisebenze uma ufuna ukuphalaza. 
iafrika.org/ukwelapha-umkh…
iAfrika: Amaphupho, Amasiko, Izithakazelo, Umlando (@iafrikaorg) 's Twitter Profile Photo

Imfuyo iyingcebo yangunaphakade. Imfuyo ingumnotho 🐓🐂🐄🐐🐑. #mondaymotivation #helpful #allfollowers #trendig iafrika.org/ukubaluleka-kw…

Imfuyo iyingcebo yangunaphakade.
Imfuyo ingumnotho 🐓🐂🐄🐐🐑.

#mondaymotivation
#helpful
#allfollowers
#trendig 

iafrika.org/ukubaluleka-kw…
iAfrika: Amaphupho, Amasiko, Izithakazelo, Umlando (@iafrikaorg) 's Twitter Profile Photo

Ukuphupha ngamanzi ashisayo noma abilayo kumela ukuzizwa unobunzima bemizwa noma ukuba nezindlela zokucabanga ezimbi. Kunezinto ezikusabisayo, izinto ozithandayo, ukushawa unembeza ngoba ukuzizwa usephutheni..... #TrendingAnime #NoWayBack #tgakプラス iafrika.org/izizathu-ezini…

Ukuphupha ngamanzi ashisayo noma abilayo kumela ukuzizwa unobunzima bemizwa noma ukuba nezindlela zokucabanga ezimbi. Kunezinto ezikusabisayo, izinto ozithandayo, ukushawa unembeza ngoba ukuzizwa usephutheni.....
#TrendingAnime 
#NoWayBack 
#tgakプラス 

iafrika.org/izizathu-ezini…
iAfrika: Amaphupho, Amasiko, Izithakazelo, Umlando (@iafrikaorg) 's Twitter Profile Photo

Kwakukhona isaguga esasihlala nabazukulu baso ababili amagama abo kunguQakala kanye noPhoshozwayo. Kulabazukulu bakagogo, omdala wabo okwakunguyena indlalifa kwakungu Qakala bese elanywa ilona owamagcina uPhoshozwayo...... Iyaqhubeka kumacomments. iafrika.org/inganekwane-ye…

iAfrika: Amaphupho, Amasiko, Izithakazelo, Umlando (@iafrikaorg) 's Twitter Profile Photo

Uma kungaba khona indawo enjenge iAfrika (njengekhasi lika-Facebook) lapho ungabuza futhi uphendulwe imibuzo onayo ngamasiko, amaphupho, izaga nomlando, ungayisebenzisa?

iAfrika: Amaphupho, Amasiko, Izithakazelo, Umlando (@iafrikaorg) 's Twitter Profile Photo

Iphupho ovuka nalo ekuseni lisho lukhulu ngempilo yakho. Kubalulekile ukuthi uliqonde. #TGIF #Amaphupho #dreams #treanding #educational iafrika.org/amaphupho-ngoj…

Iphupho ovuka nalo ekuseni lisho lukhulu ngempilo yakho.
Kubalulekile ukuthi uliqonde.

#TGIF
#Amaphupho
#dreams
#treanding
#educational

iafrika.org/amaphupho-ngoj…
iAfrika: Amaphupho, Amasiko, Izithakazelo, Umlando (@iafrikaorg) 's Twitter Profile Photo

Ukuphupha wehla entabeni kungasho ukuthi lokho obukade ukwenza kube yimpumelelo......... #trend_of_the_pulse #mountain iafrika.org/amaphupho-ngok…

Ukuphupha wehla entabeni kungasho ukuthi lokho obukade ukwenza kube yimpumelelo.........

#trend_of_the_pulse 
#mountain

iafrika.org/amaphupho-ngok…
iAfrika: Amaphupho, Amasiko, Izithakazelo, Umlando (@iafrikaorg) 's Twitter Profile Photo

IZITHAKAZELO ZAKWA MADLOPHA Madlopha Mcobe wembewu, owacoba izizwe Zonke zacobeka Nyathikazi Sizwe esingejwayelwa Sondiyandiya Luphondo olumaphunduphundu Moya omnandi njengowengonyama Ngobatshani Phosise Mathanda #IZITHAKAZELO #clans #mahlopha iafrika.org/izithakazelo-z…