Maphanga Mbuso(@MBSVUDU) 's Twitter Profileg
Maphanga Mbuso

@MBSVUDU

ID:2810077739

calendar_today06-10-2014 11:40:29

72,3K Tweets

23,6K Followers

21,4K Following

Maphanga Mbuso(@MBSVUDU) 's Twitter Profile Photo

Ingabe zayaphi izinyanga nezangoma ezaziphatha umuthi owenza umuntu wesimame abone ngathi umuphe imali ungamnikanga lutho.😭😭😭

account_circle
Maphanga Mbuso(@MBSVUDU) 's Twitter Profile Photo

One thing people need to understand about extremely kind, nice, and loving people, is that their other side is just as extreme. It’s the hell they survived that makes them gentle. Don’t mistake their self-control for weakness. The beast in them is sleeping, not dead.

account_circle
Maphanga Mbuso(@MBSVUDU) 's Twitter Profile Photo

UHulumeni akenze CCMA womjolo, kunabantu abalahlwa unfairly, both procedural and substantive! 😭😭😭

account_circle
Maphanga Mbuso(@MBSVUDU) 's Twitter Profile Photo

β€œNgizifunela nje umuntu onomoya ophansi nesibeletho esinomusa, ozomitha unyaka nonyaka.” Umthandazo we boyfriend yakho mihla nemihla! 😭😭😭

account_circle
Maphanga Mbuso(@MBSVUDU) 's Twitter Profile Photo

Uthando lweqiniso ukuthi usole umuntu wakho ukuthi uthandana no Tshidi, abese uyakulungisa ethi β€œ baby akuyena uTshidi, uThembi.” Lokho ukwenza ngoba ekuthanda angafuni ulwe nomuntu o wrong! 😭😭😭

account_circle
Maphanga Mbuso(@MBSVUDU) 's Twitter Profile Photo

Yekela ukufela ngaphakathi, mtshele ukuthi usujola nomunye umuntu. Akhale kubekanye! 😭😭😭

account_circle
Maphanga Mbuso(@MBSVUDU) 's Twitter Profile Photo

Likuthethise partner lakho elifishane uvele uzwe ukuthi kuthetha iDlozi, bayakhuluma abaphansi! 😭😭😭

account_circle
Maphanga Mbuso(@MBSVUDU) 's Twitter Profile Photo

Yekela ukuloku ulungisa leyo relationship, phuma kungene abanye. Liphelile game lakho! 😭😭😭

account_circle
Maphanga Mbuso(@MBSVUDU) 's Twitter Profile Photo

Angikhohlwa kuvela otikoloshi e tavern yakwa-Thema Highland basikhomba bethi β€œyini ngathi sekuphuza othalala lankambini” 😭😭😭

account_circle
Maphanga Mbuso(@MBSVUDU) 's Twitter Profile Photo

Indoda ehlushwa umfazi uyizwa ngokuthi every minute β€œmy wife this, my wife that.” Awusiyeke mahlushwa umfazi, ubuyele kwakho uyobhantinta wena blue bhantshi! 😭😭😭

account_circle