Start Your Own Business 🍻(@vuriliquor) 's Twitter Profileg
Start Your Own Business 🍻

@vuriliquor

Start Your Own Fully Fitted Liquor Store For R 195 000, 00! | https://t.co/mlEhfuolhi | 🍺 @vuriliquor #liquor #liquorlicense #bottlestore #chillers 🍷

ID:3099866626

linkhttps://www.vuriliquor.co.za calendar_today20-03-2015 17:40:58

53,1K Tweets

2,7K Followers

3,3K Following

Start Your Own Business 🍻(@vuriliquor) 's Twitter Profile Photo

ukhozi_fm: Inkunzi isematholeni ngo-16h46

Sikhuluma noMbalenhle Sikhosani we-NUZ Tasty Pies, okuyinkampani eyenza ophaya. Uzosichazela kabanzi ngebhizinisi lakhe.“Okwenze ngaqala ibhizinisi, wuthando lokupheka nokuzama izinto ezintsha. Igama lebhizinisi lami yi-NUZ Tasty Pi…

account_circle
Start Your Own Business 🍻(@vuriliquor) 's Twitter Profile Photo

ukhozi_fm: Bambelela Siyajika!

Wena uthi kumuphi umshayeli namhlanje? Kungaba umshayeli wetekisi, webhasi, webhanoyi, westimela njll.

Sibhalele khona la noma usithumele iVN-079 754 6975.

WNB

account_circle
Start Your Own Business 🍻(@vuriliquor) 's Twitter Profile Photo

ukhozi_fm:

Ziyakhipha ekhishini noChef Saneh🥘

Namhlanje uChef Saneh ukhuluma ngokuthi isiphi isikhathi esifanele sokuthi sifundise abantwana ukupheka nokubajwayeza ikhishi benze izinto ngendlela ephephile.

ukhozi_fm: #Yidlanathi Ziyakhipha ekhishini noChef Saneh🥘 Namhlanje uChef Saneh ukhuluma ngokuthi isiphi isikhathi esifanele sokuthi sifundise abantwana ukupheka nokubajwayeza ikhishi benze izinto ngendlela ephephile. #Dankie1223 #UkhoziFM
account_circle
Start Your Own Business 🍻(@vuriliquor) 's Twitter Profile Photo

ukhozi_fm: Ngisizeni bakwethu yazi angazi noma ngimbonise yini ubaba le-video okanye ngithule, ngiyasaba futhi ngididekile kodwa khona ngihlukumezekile emoyeni kodwa ngibuye ngisabele impilo yami.

Ngiyabonga.” –Ongathandanga ukudalulwa

account_circle
Start Your Own Business 🍻(@vuriliquor) 's Twitter Profile Photo

ukhozi_fm: Ehlala eGoli ngokwesimo samatoho. Muva nje ngisanda kumuthola enza ucansi neshende lakhe khona lapha emzini kababa. Ngibe sengibaqopha i-video ke ngoba bebengaboni ukuthi ngiyababona.

account_circle
Start Your Own Business 🍻(@vuriliquor) 's Twitter Profile Photo

ukhozi_fm: Unokungiqambela amanga kubaba emtshele izinto engingazazi ethi ngiyazenza ephinde engiphathise nje okomuntu ongathi uyinja layikhaya.
Osekuphinde kungiphathe kabuhlungu ukuthi wenza nezinto ezingezinhle ngoba usenokufaka abantu besilisa layikhaya ajola nabo njengo…

account_circle
Start Your Own Business 🍻(@vuriliquor) 's Twitter Profile Photo

ukhozi_fm: Eqinisweni ngashiywa umama ngisemncane, ngakhuliswa ubaba owathatha omunye unkosikazi ngemuva kokushona kuka mama. Kumanje umamncane uyangihlukumeza lapha emzini kababa.

account_circle
Start Your Own Business 🍻(@vuriliquor) 's Twitter Profile Photo

ukhozi_fm: Tea Time no Dudu Khoza

“Sawubona mam’Lady D kanye nabalaleli bomsakazo omkhulu Ukhozi FM. Ngiwumfana waseJozini kwaMhlabuyalingana ngizocela ukungazisho igama. Mam’Khoza nginenkinga lapha ekhaya, ngicela ungiphe izeluleko kanye nabalaleli bomsakazo omkhulu.

account_circle
Start Your Own Business 🍻(@vuriliquor) 's Twitter Profile Photo

ukhozi_fm:

Namhlanje noDkt Nomcebo Mthembu oqhamuka e-Medilution lifestyle and wellness clinic sikhuluma ngesifo samathambo phecelezi Arthritis.

account_circle
Start Your Own Business 🍻(@vuriliquor) 's Twitter Profile Photo

ukhozi_fm: ngo-09h40

Namhlanje noDkt Nomcebo Mthembu oqhamuka e-Medilution lifestyle and wellness clinic sikhuluma ngesifo samathambo phecelezi Arthritis).

ukhozi_fm: #MpilonhleMpilonde ngo-09h40 Namhlanje noDkt Nomcebo Mthembu oqhamuka e-Medilution lifestyle and wellness clinic sikhuluma ngesifo samathambo phecelezi Arthritis). #UkhoziFM #Jabulujule
account_circle