Ukhozi FM Official 📻 Phumlane S Mbatha Mrozawangempela Mhlonishwa Sibisi Sivukile nabantwana bami iyashosholoza iqola yabashana Phumlane S Mbatha Mrozawangempela Ukhozi FM Official 📻 #UkhoziFMNYE
Sisonke kolamula lelohora lomona sgijima kanje #chillaz @ksg022 Ukhozi FM Official 📻 #ukhozifmnye
Ukhozi FM Official 📻 Dudu Khoza Umama akenze okuzogcina injabulo yakhe hawu engazidlala abantu #ukhozifmnye #teatimenoladyd
Mellow Sphithiphithi sikaZwelonke sisonke impelasonto ibimnandi ngoMgqibelo nayizolo bengiyodumisa eNqabeni ngaphansi kuka Mprofethi uXaba angikhali ngalutho #jabulujule #ukhozifmnye #ukhozifm63 Dudu Khoza
Ukhozi FM Official 📻 #chillaz sisonke Sdudla mix kolamula lelohora sgijima kanje ngi chille nomama wami omuhle uMaXimba Buthelezi Osongweni eNqutu eMphondi #ukhozifmnye Khetha Gwala
#ukhozifmvabs Mrozawangempela Ngikhona ngivukile ngikulalele Phungashe Ukhozi FM Official 📻 #UkhoziFMNYE
Dumakahle Maphathefika ✍️ Khuphuka Phathas 🔥 emsakazweni UkhoziFM " Kanti umuntu ongenamali alumfanele yini uthando"🤳🫡 #UkhoZiFMNYE
Ukhozi FM Official 📻 Zama Mseleku Sibusiso "Mkhaba" Madonsela Ngibeke indlebe eduze komsakazo wam Nginilalele 🙋♂️ ✍️ Audio Channel 817 ngise Gauteng Province #ukhozifmwnb #UkhoziFMNYE
HbD kuMbuyiseni Kruger Ndlovu ohlala eWasbank ngithi akhule uKheyi wami #ukhozifmNye Mrozawangempela Ukhozi FM Official 📻
Ukhozi FM Official 📻 Mrozawangempela Mhlonishwa Sibisi #UkhoziFMNYE #UkhoziFMVabs Kumacekeceke wonyaka Sanibonani ngikanye nani eMsinga eMachunwini eNtanyana