Vumani Nkashankasha Mkhungo eHarding (@nkashankashac) 's Twitter Profile
Vumani Nkashankasha Mkhungo eHarding

@nkashankashac

ID: 1624267784707350529

calendar_today11-02-2023 04:45:52

2,2K Tweet

47 Takipçi

109 Takip Edilen

Vumani Nkashankasha Mkhungo eHarding (@nkashankashac) 's Twitter Profile Photo

Sanibona ,Naze nakukhuluma okubalulekile ubutshwala bukhanda amakhehla ungababona laba abaphuza isiqatha nomzambiya ngicela iPodcast nikhona uMroza efunda amaTwitte abalaleli #ukhozofmvabs Mrozawangempela Phumlane S Mbatha

Vumani Nkashankasha Mkhungo eHarding (@nkashankashac) 's Twitter Profile Photo

@ukhozic Kazi eyiphi inkohlakalo ekuzoliwa nayo kubonakala sengathi ibivele ingekho into eyenziwayo bazoyeka yini ukwamukela imali kwabangena kuleli? Emnyangweni wezemfundo akungalokhu kuqashwa abazosiza akufakwe oThisha baningi bahleli emakhaya

Vumani Nkashankasha Mkhungo eHarding (@nkashankashac) 's Twitter Profile Photo

#HappyBirthday Ngicela ukuthi usuku okuhle kumshanami uAnathi Smangele Mkhungo inkosazane kaPhindile Mkhungo owusisiwami uzalwa namhlanje ufunda uMatric eMahelane Phumlane S Mbatha Mrozawangempela #ukhozifmvabs

Vumani Nkashankasha Mkhungo eHarding (@nkashankashac) 's Twitter Profile Photo

@boniswamoto #unkulunkulunomuntuomusha Wafundisa kamnandi uMama uMahlaba inhlonipho, ukulalela, ukufundiseka sizwile sithathile ngiseHarding ngihleli nawe ntombi kaMoto

Vumani Nkashankasha Mkhungo eHarding (@nkashankashac) 's Twitter Profile Photo

@djsgqemez Mrozawangempela ngifisela amaholidi amahle kwaFire Department eMuziwabantu utatuMbangatha, uS Luswazi, M Mpofana, Mthoko Mbuthum, DJ Ngesi, uLungiswa Shoba, TA Mlaba, Njabs Gama, Mpeh Machi neNkashankasha noMalukhozi oseReception #ukhozifmvabs

Vumani Nkashankasha Mkhungo eHarding (@nkashankashac) 's Twitter Profile Photo

Asiyibonge indaba yeIthala bank ebonakala ilunga kuningi ebese konakele kubantu kubaleleke izimali zemishwalense, zemibutho, nebezongiwe asibonge ngiseHarding Qiniso Mbili

Vumani Nkashankasha Mkhungo eHarding (@nkashankashac) 's Twitter Profile Photo

#chillaz Ngikulalele ngiseHarding eMkangala kwaFodo umuzi wakithi ikwaDluluzufike ngicela ukuthi happy birthday kuNtoza Ntwenhle Mkhungo useMidway Mall eChickenlickin Sthandwa

Vumani Nkashankasha Mkhungo eHarding (@nkashankashac) 's Twitter Profile Photo

#ukhozifmvabs Angivuse iFire Department eMuziwabantu Municipality Tata uMbangatha, uS Luswazi, M Mpofana, Mthoko Mbuthum, DJ Ngesi, uLungiswa Shoba, TA Mlaba, Njabs Gama, Mpeh Machi neNkashankasha noMalukhozi oseReception nePhoyisa esangweni

Vumani Nkashankasha Mkhungo eHarding (@nkashankashac) 's Twitter Profile Photo

@tumhkaba1 Kulodaba lukaMchunu noMkhwanazi angeke ngimthembe uRamaposa nezikhulu zeANC ngesinqumo esikahle sesibheke iGNU ukweseka uMkhwanazi nokumela lodaba ngeqiniso siyabonga kuNhlaks

Vumani Nkashankasha Mkhungo eHarding (@nkashankashac) 's Twitter Profile Photo

Ngicela ukubuza nezigodi, nginilalele ngila iDolobha iHarding,isizwe iNhlangwini kaFodo, isigodi uMkangala isitobhi eMashipsini, umuzi wakithi ikwaDluluzufike ubaba uSfubasenkomo Phumlane S Mbatha Mrozawangempela #ukhozifmvabs

Vumani Nkashankasha Mkhungo eHarding (@nkashankashac) 's Twitter Profile Photo

@jkhozica IDA ikhuluma iqiniso ayiqedwe leBEE idlala ngabantu isibulalise Abantu kuntshontshwa bezimali egameni leBEE kuningi nje okwaqalea iloANC okhohlakele ikuqalela ukudlala ngabantu nokucebisa amaComrade okumanje abhekene noMadlanga

Vumani Nkashankasha Mkhungo eHarding (@nkashankashac) 's Twitter Profile Photo

@tumhla1 Indaba yabokufika abashayela amaLoli badle izingozi ikhathaza abahlali kuphela, umengameli akaboni nto iwrong sekosiza ukubambisana kumiswe thaqa ukuhamba emgaqweni noma amaVeki amabili mhlampe uyobuya umqondo kubaphathi