Bayede News (@bayedenews) 's Twitter Profile
Bayede News

@bayedenews

KuBAYEDE - Iphepha laboHlanga, asibhali noma ngaluphi udaba, kunalokho siveza ingqikithi siqhakambise nolwethunga.

ID: 2371683301

linkhttps://buff.ly/3EqO6Js calendar_today04-03-2014 09:45:37

6,6K Tweet

12,12K Takipçi

102 Takip Edilen

Bayede News (@bayedenews) 's Twitter Profile Photo

EZEMIDLALO: UKanu udalule ukuthi kuyamjabulisa ukubamba umgqigqo okuyinto ekade ibalimaza kakhulu ezikhathini ezedlule.Thola ingqikithi ngokucindezela isithombe. bayedenews.com/2025/02/14/kum…

Bayede News (@bayedenews) 's Twitter Profile Photo

IZINDABA: USteve Barker ongumqeqeshi weStellenbosch FC kumjabulisile ukuthi bakwazile ukudlela phambili kwiNedbank Cup. Thola ingqikithi ngokucindezela isithombe. bayedenews.com/2025/02/14/umq…

Bayede News (@bayedenews) 's Twitter Profile Photo

IZINDABA: UMengameli uCyril Ramaphosa useveze ukubaluleka kokubumbana njengezwe phakathi kwezingxabano zomhlaba. Thola ingqikithi ngokucindezela isithombe. bayedenews.com/2025/02/14/aba…

Bayede News (@bayedenews) 's Twitter Profile Photo

KUKONYELISWA ABENZE KAHLE: Uyaqhubeka umcimbi wokuklonyeliswa kwabafundi bezikole ezingaphansi kukaMasipala wesiFunda uThukela abenze kahle kwimiphumela yabo kamatikuletsheni nyakenye. Lesi siFunda esiholwa Inkosi uNtandeyenkosi Shabalala, sakhiwe oMasipala abathathu.

UNEKU: Njengoba kuvela ukuthi iRoyal AM, kuzophela lelisonto isidayisiwe, ngabe yini ezokhumbuleka ngaleli qembu likaShauwn "MaMkhize" Mkhize. Uma kungathiwa lithengiselwa abantu bangaphandle kwesifundazwe iKwaZulu-Natal, lokho kobe kusho ukuthini kubantu bakulesifundazwe?

UNEKU: Njengoba kuvela ukuthi iRoyal AM, kuzophela lelisonto isidayisiwe, ngabe yini ezokhumbuleka ngaleli qembu likaShauwn "MaMkhize" Mkhize.
Uma kungathiwa lithengiselwa abantu bangaphandle kwesifundazwe iKwaZulu-Natal, lokho kobe kusho ukuthini kubantu bakulesifundazwe?
Bayede News (@bayedenews) 's Twitter Profile Photo

IZINDABA: Ibamba leMeya kaMasipala isiFunda iMajuba lithi bazoyilwa lempi yalabantu abafeza izimfuno zabo ngamanzi engabe atholwa umphakathi. Thola ingqikithi ngokucindezela isithombe. bayedenews.com/2025/02/17/ime…

Bayede News (@bayedenews) 's Twitter Profile Photo

BAFUNA UZINZO: Iqembu lamavukelambuso i-M23 selinxuse uhulumeni waseDRC ukuthi ubambe iqhaza ezingxoxweni zokubhekana nenkinga ekhona ezweni. Thola ingqikithi ngokucindezela isithombe. bayedenews.com/2025/02/18/i-m…

Bayede News (@bayedenews) 's Twitter Profile Photo

IZINDABA: Usopolitiki weqembu eliphikisayo e-Uganda osesitelekeni sokungadli, uphuthunyiswe esibhedlela ngemuva kokuba isimo sakhe sempilo sibe sibi. Thola ingqikithi ngokucindezela isithombe. bayedenews.com/2025/02/18/uso…

Bayede News (@bayedenews) 's Twitter Profile Photo

KADE BEZOBHONGA EMSWANENI: Abaholi abaqavile beqembu Inkatha Freedom Party (IFP) beholwa uMengameli uMnu uVelenkosini Hlabisa bahambele umndeni kaMnu uSenzo Mfayela, odlule emhlabeni ngeSonto ekuseni emva kokuxinwa ukugula. Udlule emhlabeni eneminyaka yobudala engama-63.

EZOMNOTHO: Bafuna isabelomali sikhombise izinguquko emnothweni futhi sigxile ekunqandeni izikweletu. Thola ingqikithi ngokucindezela isithombe. bayedenews.com/2025/02/18/ama…

Bayede News (@bayedenews) 's Twitter Profile Photo

UNEKU: Kumdlalo olandelayo iKaizer Chiefs izobhekana neMamelodi Sundowns. Ngabe iyolibona elidlalayo, noma awachithwe lamanzi?

UNEKU: Kumdlalo olandelayo iKaizer Chiefs izobhekana neMamelodi Sundowns. 

Ngabe iyolibona elidlalayo, noma awachithwe lamanzi?
Bayede News (@bayedenews) 's Twitter Profile Photo

ISABELOMALO SOWEZI-2025: Osomnotho babikezela ukuthi uMnyango Wezokuvikela ungase ubone ukwenyuka kwezimali onikwa zona. Thola ingqikithi ngokucindezela isithombe. bayedenews.com/2025/02/19/oso…

Bayede News (@bayedenews) 's Twitter Profile Photo

EZASE-AFRIKA: UMnangagwa usephinde wagcizelela ukuthi uhlose ukuhoxa esikhundleni ekupheleni kwehlandla lakhe. Thola ingqikithi ngokucindezela isithombe. bayedenews.com/2025/02/19/ing…

Bayede News (@bayedenews) 's Twitter Profile Photo

EZASE-AFRIKA: UMurwira usenxuse ukuthi kube nezingxoxo phakathi kwabo bonke ababambe iqhaza eDRC. Thola ingqikithi ngokucindezela isithombe. bayedenews.com/2025/02/19/izi…

Bayede News (@bayedenews) 's Twitter Profile Photo

SEBECELE UKWESEKWA: I-DRC isicele uxhaso lwezempi eChad ukuze isize ukulwa nokugadla kwamavukelambuso e-M23 okuqhubekayo. Thola ingqikithi ngokucindezela isithombe. bayedenews.com/2025/02/20/ico…

Bayede News (@bayedenews) 's Twitter Profile Photo

EZOKUPHEPHA: Bakhala ngokushoda kwezinsiza okubashiya besengozini yokuhlaselwa yizigebengu eNanda. Thola ingqikithi ngokucindezela isithombe. bayedenews.com/2025/02/20/inh…

Bayede News (@bayedenews) 's Twitter Profile Photo

EZEMIDLALO: UCele noThalente Mbatha benze indumezulu yomqhudelwano ozoba kwaMashu kulempelasonto iThabo-Thalente Games. Thola ingqikithi ngokucindezela isithombe. bayedenews.com/2025/06/13/nom…

Bayede News (@bayedenews) 's Twitter Profile Photo

EZEMIDLALO: Lo mqhudelwano uzoba neminye iminxa yezemidlalo okubalwa ibhola likanobhutshuzwayo kanye nomdlalo wombhoxo. Thola ingqikithi ngokucindezela isithombe. bayedenews.com/2025/06/13/uzo…