SICISINI BUTHELEZI eSampofu
@sicisinib
Ngingumfana omuhle ngenhliziyo nginothando, Ngingumlaleli wokhozifm, NgingowaseMsinga eSampofu eMaphephetheni
ID: 2964502624
06-01-2015 16:31:34
20,20K Tweet
2,2K Takipçi
453 Takip Edilen
Asimbongele uSthole ngokuba owokuqala ukunqoba kwiContinent siyamazi thina unethalente elikhulu lobhuti asibonge nje labo abaphinde bamnika ithuba futhi Victor Molefe #PrimeTimeSport
Haw Tu KwaZulu-Natal kusenabantu abanesihluku esinje sokungabi nanembeza ukukwazi ukubulala umuntu wesifazane nezingane ezincane noma ngabe bekubangweni kodwa isihluku esinje asithandeki futhi sikhombisa unya amaphoyisa siwathembile kukhona azokwenza @Tumhlaba1 Izindaba Zomphakathi Ukhozi FM
Kungcono ke uma amaphoyisa esazi ukuthi afuna bani akufani nokuzingela nje into ongayazi ukuthi injani asithembe nokubathola kuzokwenzeka maduze,wona amaphoyisa ezindaweni zasemakhaya njengakoMsinga awabonwa qobo Dumisani Ndimande
#Ziyawushaya Abaphelele abantu laphaya kwaButhelezi eMsinga eSampofu kwanoyazi mhlaka 17 December kwemula uKholiwe Buthelezi ozalwa uDidekile Zama Mseleku
Uma kungaqinisekiswa ngokuthi nathi esisemakhaya siyawathola amanzi ahlanzekile nogesi nemisebenzi ngoba leSONA ivele igxile kakhulu kubantu basemalokishini ikhohlwe yithi emakhaya Izindaba Zomphakathi Ukhozi FM
Ngicela ukuhalalisela uNobuhle ngokuba umdlali ophezulu kumaSharks kumbhoxo,ngicela ukwazi unabo yini abantwana Victor Molefe
Yabuhlungu lento eyenzeke kuDadewethu namaphoyisa awabe nendlela engcono yokukhuluma nezisulu kodwa nomantombazane aseSA ayabathanda labantu bokufika kodwa bona abezi nawangakubo la kufuneka baqaphele kakhulu ngoba nokubathola akulula Izindaba Zomphakathi Ukhozi FM @Tumhlaba1
uyabona kuleMTN8 yalonyaka kuzodlalwa futhi izoba mnandi lemidlalo ngibona kuzokwenzeka esingakulindele kulokhu Victor Molefe
Sisaledengwane singazitholi izinto zokuya emsebenzini namuhlanje amatekisi engekho kodwa lento abakhala ngayo nabo abalungise izimoto zabo ezinye azikho qobo esimweni esigculisayo ukuba sendleleni kodwa ziyasilayisha @Tumhlaba1 Ukhozi FM Official 📻 Izindaba Zomphakathi Ukhozi FM
Imbi lento yokubulawa kwabantu ematavern kodwa kuwumsebenzi wabanini matavern ukuqinisekisa ukuphepha kwabantu abaphuza etavern yakhe ngokuthi kubhekwe abantu abanhmgenayo ukuthi abaphethe izikhali @Tumhlaba1 Ukhozi FM Official 📻 Izindaba Zomphakathi Ukhozi FM