Maphitha Sithole (@khethakhetha) 's Twitter Profile
Maphitha Sithole

@khethakhetha

Okuningi empilweni sekuphenduphendulwe uguquko lwezikhakhathi. Umhlaba usabomele abanesimilo esiqotho, ubuntu nokulandela imithetho namasiko aphilisayo ngiHIV+

ID: 771890137

linkhttp://khethangubane.wordpress.com calendar_today21-08-2012 17:12:44

70,70K Tweet

17,17K Takipçi

15,15K Takip Edilen

Maphitha Sithole (@khethakhetha) 's Twitter Profile Photo

Izinto esizidlayo zifuna uchathe njalo emuva kwamasonto amane uzivocavoce ukhiphe inyongo ikakhulu izinsizwa phela uma kungasahambi kahle enkonzweni ekamelweni iminwe ikhomba wena nsizwa sibancane bafowethu ngomtholampilo wamadoda.

Maphitha Sithole (@khethakhetha) 's Twitter Profile Photo

Manzini ungakoluphi uhlangothi? Phela ke ngokumyekisa acabanga ukuthi uyakuthanda ekubeni nginga lobolile ngiyamvivinya ngifuna ukubona ukuthi uyakwazi yini ukithatha imyalelo ezinye izindlela zokucaba indlela. Ayikho into eyisicefe njengo mfazi onenkani

Maphitha Sithole (@khethakhetha) 's Twitter Profile Photo

Le nto izowunyakazisa uHulumeni wokubambisana kuzobonakala ukuthi unezimpande noma uvele wahlangana phezulu okwamagaya omuthi.